NGOKUBAMBISANA
SINGAYINQOBA
Gcina Izandla zakho
Shiya isikhala
zihlanzekile
phakathi
Geza kahle ngensipho namanzi afudumele, ahlanzekile. Isanitizer yakho kmele iqukathe iphesenti eliphezulu lotshwala.
Ngaphandle kwalaba ohlala nabo ekhaya, kufanele ugweme ukuba seduze kakhulu nabanye abantu kumele ushiye isikhala esingangamamitha amabili (2m) phakathi kwenu.
Isifonyo (imask)
Thola umuthi
yenhlanzeko wokugoma Izembozo zobuso noma izifihla buso kufanele zigqokwe ngaphakathi ezindlini Kanye nasezikhaleni zomphakthi eziminyene
Ukuthola umuthi wokugomela iCOVID-19 wengeza ithuba lokuvikelekwa kwakho, osebenza nabo, iziguli kanye nabomndeni.
Kubalulekile ukuthi uzivikele kwiCOVID-19, lokhu kumele kuqala kuwe Qiniseka ukuthi uyasindisa izimpilo zabantu ngokulandela lemigomo. Namathela kuyo yonke imithetho Kanye nezimfuneko zikazwelonke futhi uthathe izeluleko zochwephese bazempilo. Zitholele lephosta bese uzothola okuningi ngemigomo e- sar.my/beatcovid19