Isibaya Samadoda
Zigade, Zivikele, Zihloniphe. Soka!
Izinyane leSilo uMntwana uNhlanganiso Zulu
Thumela i-sms yamahhala ye-“Please Call Me” ku-082 808 6152 ukuze ufunde okwengeziwe nge-MMC futhi ubhukhe i-aphoyintimenti namuhla. health Department: Health REPUBLIC OF SOUTH AFRICA
KUNGANI KUDINGEKILE UKUSOKWA KWABESILISA NGABEZOKWELAPHA? KUNCIPHISA INGOZI YOKUTHOLA IZIFO ZOCANSI (STIS) NE-HIV Isikhumba esingaphakathi kwejwabu sithambile futhi sihuzuka, sidabuke kalula. Senza i-HIV nama-STI angene emzimbeni. Woza uzokwenza i-MMC unciphise ubungozi.
HIV
KUKUGCINA UHLANZEKILE Ijwabu limboza inkanda futhi kunzima ukuyigcina ihlanzekile. Woza uzokwenza i-MMC, uhlale uqabulekile.
KUNCIPHISA INGOZI YOKUBA WENA NOPHATHINA WAKHO NITHOLE IKHENSA Ijwabu lithwala igciwane okuthiwa yi-papillomavirus elandisa ingozi yokuba owesifazane athole ikhensa yesibeletho
I-MMC INCIPHISA NENGOZI YOKUBA NEKHENSA YOMPIPI Woza uzokwenza i-MMC futhi uzinakekele wena nophathina wakho J7717-4-C 09/20 PAPRIKA | 011 468 5951