KINGS OF DISKI CHALLENGE Page 12
VOLUME 5 - ISSUE #17 - 26 APRIL 2018
Mapepeza Newspaper
Editor: (078)221 8002 Adverts: (083)758 3892 Email: info@mapepezamedia.co.za
@mapepeza_media issuu.com/mapepeza
FREE! MAHALA!
TAKE ONE!
READ AND SHARE!
uHulumeni uzogcina isithunzi ngokunikezelela ngamatayitela kwizakhamuzi zase-Devon.
LIPOLOANO TSA TSAKANE!
Page 2
LALA NGOXOLO ZOLA SKWEYIYA! Page 3
AGE SHALL REMAIN JUST A NUMBER FOR MAUREEN! Page 7
UNdunankulu waseGoli UMnumzane David Makhura kanye noMphathiswa wezokuHlaliswa kwabantu uDikgang Uhuru Moiloa unikezele ngamatayitela angama-200 kwizakhamuzi ezazeneme zitshakadula. UMphathiswa uMoiloa uzobuya mhlaka-5 Lwezi 2018 azonikezela ngamanye amatayitela angama-1085 asele kubanikazi wabo abafanele.
ngokunikezela ngamadokodo abalulekile, amatayitela kuzakhamuzi zase-Impumelelo ngoLwesihlanu, 20 Ndasa. Ekhuluma nomphakathi, uNdunankulu uMakhura uthe ezokuHlaliswa kwabantu yiwona mnyango ongukhukhulelangoqo kwezokuthuthukiswa komnotho kwisiFundazwe saseGoli.
Umcimbi womkhankaso wokunikezelwa kwamatayitela uzokwedlulela naseSedibeng District Municipality kubandakanya uMasipala wase-Lesedi, Midvaal kanye nase-Emfuleni.
UMakhura wathi angama-4500 amatayitela azonikezelwa kubanikazi bawo kuMasipala omkhulu wase“Sifuna ukwakha izingqala- Sedibeng emasontweni amsizinda esokwakha amathuba athathu azayo. emisebenzi ukuze abantu beUHulumeni wesiFundazwe zofunda ukuzakhela izindlu Umkhankaso wokunikezelwa kwamatayitela kuysaseGoli uzibuyisele isithunzi zabo,” kubika uMakhura.
ingxenye kaHulumeni yokususa ukunikezelwa kwawo angakhishwanga kusukela ngonyaka ka-1994 ukuze akhishwe ngokushesha. Incwadi ye-tayitela iyisiqinisekiso sobunini ngokomthetho wokubhaliswa kwamatayitela we-Act 47 of 1937, lapho sonke isakhiwo kufanele sibe nesalo itayitela ngokomthetho. Imiqulu equkethe yonke imininingwane mayelana nesakhiwo kanye nesilinganiso sendawo. “Sizoqhubeka ngokusebenza
ngokungakhathali ukuqinisekisa ukuthi zonke izakhamuzi ziyawathola amatayitela azo ngokomthetho. Ukuzibophezela kwethu kwakha isifundazwe ukuthi wonke umuntu unendawo yokufihla ikhanda. Sigqugquzela bonke abaphathi bezakhiwo ukuthi bazinakekele kahle wonke lomdlalo. Siyanxusa ukuthi ningazithengisi izindlu zenu zomxhaso,” kusho uNdunankulu Makhura enxenxa umphakathi, ngoba amatayitela ayifa laphakade labantwana babo.
CELEBRATING FREEDOM DAY South Africa celebrates Freedom Day annually on the 27 April. Freedom Day recognises and celebrates the strides that have been made since 1994, and acknowledges that South Africa is a far better society than it was under apartheid. It is also a period of reflection on what else needs to be done collectively towards the goal of building a prosperous society and improving the quality of life for all.