social development Department: Social Development PROVINCE OF KWAZULU-NATAL
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natali, uNkosikazi Weziwe Thusi
UmNyango wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natali uphume umkhankaso wokunqanda ukusetshenziswa kwezidakamizwa ngokubambisana nezinhlaka ezahlukene ngaphansi kohlelo olwasungulwa uNdunankulu uDkt. Zweli Mkhize, olubizwa ngokuthi uSukuma Sakhe. Lolu hlelo luhlanganisa izinhlangano zemiphakathi, amakomidi amawadi kanye nomasipala, iminyango kahulumeni esifundazweni nakuzwelonke kanye nezinye izinhlaka ezibandakanyekayo. Ukuze ulwe ngokuphelele nalesi sihlava, umNyango unezinhlelo zokuthuthukisa intsha ngoba abantu abaningi bazithola sebesezinkingeni ezahlukene ngenxa yokusweleka kwamathuba emisebenzi, ukungawatholi amathuba okuya esikoleni, njalo njalo. UmNyango uhlonze lemikhakha elandelayo njengekumele ithuthukiswe: • • • • • •
Abesifazane abasebancane Abaphila nokukhubazeka Intsha engasebenzi Intsha engafundi Intsha ehlala ezindaweni ezisemakhaya Intsha eyizinhloko zamakhaya
• Intsha ehlezi iphambana nomthetho • Intsha esebenzisa izidakamizwa • Intsha esengcupheni yokuba yizisulu zokuhlukunyezwa Kuyacaca ukuthi ukungabumbani kwemindeni kunomthelela omkhulu ekusetshenzisweni kwezidakamizwa. Yingakho umNyango unezinhlelo zokuthuthukisa amazinga empilo emindenini ukuze kwakheke imindeni ebumbene. Lokho kuzosiza kakhulu bese kwakheka imiphakathi ephilile futhi ebumbene. Ethula inkulumo yakho ngesimo sesiFundazwe, uNdunankulu uDkt. Zweli Mkhize, unxuse ukuthi kuliwe nesihlava sokusetshenziswa kwezidakamizwa. Izinsizakusebenza kanye nezinhlelo kumele zisetshenziswe ukuletha izidingo zabantu ngalokhu okulandelayo: • Ukusungulwa kweforamu ebhekelele ukusetshenziswa kwezidakamizwa emphakathini • Ukuqiniswa kwamakomidi abhekelela ukulwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa. • Ukusungulwa kohlelo lwesifundazwe lokulwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa. Unyaka ozayo uhlonzwe njengonyaka woMndeni, kanti umNyango wezokuThuthukiswa koMphakathi uzoba sekhaleni lokulwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa ubambene ngezandla nabo bonke ababambiqhaza.
SISEBENZELA UMPHAKATHI NGOKUZITHOBA!
IZIKHUNGO ZOSIZO NEZINHLELO EZIXHASWE UMNYANGO WEZOKU THUTHUKISWA KOMPHAKATHI MURCHISON South Coast, Inpatient Treatment Centre, Sitholimpilo Rehabilitation Centre, Murchison, 082 476 7436 / 039 687 7655 TONGAAT Half Way House, Haven of Rest, No 58 Hospital Road Break Village Tongaat, 032 9446364 DURBAN Inpatient Treatment Centre for children under 18 years, SANCA Warman House, 185 Vause Road Berea Durban, 031 202 2241 Inpatient Treatment Centre for children under 18 years, Siyakhula Treatment Centre - 222 Manning Rd Durban, 031 201 1301/2 Half Way House, Refocus Upliftment Foundation, 233 Spencer Road, Clare Estate, 031 269 3662 PIETERMARITZBURG Out Patient Treatment and prevention, SANCA Umsunduzi, 136 Hoosen Haffajee Street, 033 345 4173 LADYSMITH Out Patient Treatment and prevention, SANCA Northern KwaZulu-Natal, Goga Building, Alexander Road, Ladysmith, 036 637 5677 / 074 583 6221 EMPANGENI Out Patient Treatment and prevention, SANCA Zululand, 12 Jenner Road, Inyala Park Empangeni, 3880, 035 772 3290 NONGOMA Out Patient Treatment and prevention, SANCA Nongoma, Next to Nongoma Magistrate Court, 035 831 0677 MHLABUYALINGANA Community based services, Ophondweni Youth Development Initiative, Ophondweni Area, Next to Ophondweni Clinic, 082 216 2930 NEWCASTLE Out Patient Treatment, SANCA-Newcastle, 57 Patterson Street, Newcastle, 034 312 3641(T) / 086 564 4328(F) PRIVATE TREATMENT CENTERS RAMSGATE Inpatient Treatment Centre (currently in the process of being registered), South Coast Recovery Centre, Lot 12773 Chiddingstone Drive Rams Gate, 039 314 4777 PHOENIX Inpatient Treatment Centre, Prydon Clinic, 506 Stonebridge Drive, Phoenix, Durban, 031 502 3560 MALVERN Inpatient Treatment Centre, Tranquillity Life Centre, 87 Spencer Road, Malvern, 031 463 1093 MEREBANK Inpatient Treatment Centre, Serenity Addiction Treatment Unit, 23-25 Punjab Circle, Mere bank, Durban, 031 462 7026 GLENWOOD Inpatient Treatment Centre, Assisted Recovery Centre’s of Africa (PTY) Ltd, No.1 Exmouth Avenue, Glenwood, Durban, 031 261 5515 STATE MANAGED TREATMENT CENTRES MADADENI Inpatient treatment, Madadeni Rehabilitation Centre, E9309, Section 5, Madadeni, 2951, 034 329 2011 DURBAN, NEWLANDS Inpatient treatment, Newlands Park Rehabilitation Centre, Inpatient treatment, 031 578 3992