FREE
FINALIST OF THE 2013/14 MDDA - SANLAM NATIONAL BEST NEWSPAPER AWARD - www.khanyisamedia.co.za
LIKE US
FOLLOW US
29 25 Feb Jan -- 04 4 Feb Mar2016 2016 Vol 99 |Week Wk 09 5
HANYIS K A
Visit us for a wide selection Kia Sportage 2.0 Ignite 110 000km 2010
Mpumalanga’s Media Partner
Tel: 081 575 8393 | Fax: 086 505 0060 Email: admin@khanyisamedia.co.za Website: www.khanyisamedia.co.za
SOPA 2015
R184,900
CONTACTS: Jaco - 082 336 6937 Charlie - 072 619 0132 SALES MANAGER (JP) - 082 825 8493
Kwehla Izinyembezi Amanqampu Onyaka odlule Mabekhuluma Choose a Ngokuhlukunyezwa Capable 4 Councillor Emaplazini Ikusasa Lesifundazwe Lilele Esifundazweni Esiphile UNdunankulu wesifundazwe sase Mpumalanga wacacisa ngezempilo ukuthi ikusasa lesifundazwe lilele esifundazweni esiphile saka ngakho wathembisa okaMabuza ukuthi uHulumeni kumele nakanjani aphucule isimo sezempilo nokuzoholela ekudlondlobaleni kwesizwe. Walandula ukuthi bekubonakala sengathi i-Gert Sibande yonkana kade isiya ngokuyibona indlela okuyiyona yona mayelana nezinga lezempilo njengoba imikhakha yezezimali kanye neyokubhekelela izimpilo zabantu ibe ibonakala ibonakalisa ukukhula ngo 2015, nokuphathwa kwezindawo zezempilo besekubonisa umehluko uma kuqhathaniswa nokwasekuqaleni. Ukudalwa Kwamathuba Emisebenzi Kanye Nezimpilo Ezingcono Undunankulu ngo 2015 wathathela ngokuthi kubaluleke kakhulu ukuthi umnotho kumele ukhule ukuze uzokwazi ukuvulela amathuba amaningi emisebenzi kanjalo nokuletha impucuko kanye nentuthuko. Waveza ukuthi umnotho walesi sifundazwe uthe ukuthi xaxa uma kuqhathaniswa ukusuka emumva onyakeni ka-2008, lokhu kwakukholakala ukuthi kungokunye okuzodambisa izinga lobumpofu esizweni sonkana nokuyingwadla ebhekene nabaningi abahlali bakuleli. Ukulwisana Nobugebengu Izinga lobugebengu esifundazweni lenza abantu bangayithokozeli kahle inkululeko kanye namalungelo abo njengoba abesifazane, izingane kanye nalabo abakhubazekile bahlezi behlalele ovalweni lokuthi kukhona okungabehlela noma kunini noma kukuphi nabantu abadala bayizigqila zokuhlukunyezwa kanye nokudlwengulwa mihla yonke le. Ngo 2015 uNdunankulu wathi uHulumeni uzama ngazo zonke izindlela ukuphucula enze ngcono izimpilo zezakhamizi kodwa futhi kufanele ukuthi aphinde azame imizamo yokuzivikela emilonyeni yezingwenya, ezandleni zezigebengu lezi ezithe chithi saka, nokho-ke kodwa izinhlelo zokulwisana nobugebengu ngokuhlanganyela bezibonakala zisebenza njengoba imibiko yakamumva yadalula ukuthi ubugebengu bokocansi babehlile ngo 7,4% nyakenye.
4 Ufakelwe umnqamula juqu ukuthi aphume aphele nomndeni wakhe eplazini mhlaka 29 February 2016
EZEMFUNDO – Inkulungwane Zabothisha Zizoqeqeshwa UMhlonishwa uD.D Mabuza wathathela ngelithi izinga elikhiqizwa kwezemfundo kumele kubengelicokeme kakhulu impela, wadalula ukuthi ikusasa eliqhakazile lezwe lilele entsheni yakuleli nokuyisizathu sohlelo lokufundiswa kwabasha ngezinto eziseqophelweni besebancane. Walanda wathi bazokhipha amathuluzi okufunda nalawo okuzifundisa emakhaya ezinganeni ezingu 90 000 eziku grade R owathembisa ukuthi lokhu kuzofakelwa ezikoleni okungezona ezikaHulumeni nakulezo ezingezakhe ezisemphakathini zikawonke wonke. Ngeviki elizayo, iKhanyisa izokulethela inkulumo kaD. D. Mabuza ngolimi lwakho yona azoyethula ngolweSihlanu ziku 26 kuNhlolanja 2016. Ungaphuthelwa!
This Newspaper is Proudly SUPPORTED BY:
FREE Inside I-SAMWU Igane Unwabu e-Lekwa
Ashes To Ashes Back On A TV 7 Screen Near You THINTANE BUSINESS SOLUTIONS (PTY) LTD “IS THE BUSINESS CLINIC” Reg. No. 2013/068439/07
Company & Cooperative Registration Business Profiles Business Plans Book Keeping Financial Statements Payroll CIDB Registration
BBBEE Certificates UIF Registration Letter of good standing (Workmen’s Compersation) Completion of Tender Documents and Pricing Completion of Database Forms
HURRY FOR OUR Price Offer of only R1500 : Pty (Ltd), BBBEE Certificate, Business Profile (Excl. Share cert.)
Get your SANAS accredited BBBEEE Certificate for only R750 Mandla Nkabini - 082 510 7921
BRANCH CONTACT No’s Newcastle: 076 188 5476 Ladysmith: 079 733 0733
Ermelo - 076 556 0357