Khanyisa Newspaper 29 July 2022

Page 1

Advertising: 083 512 7096 | Email: admin@khanyisamedia.co.za | Website: www.khanyisamedia.co.za | Tel / WhatsApp / Telegram: 084 334 4627 Khanyisa Newspaper

FREE!

Khanyisa Newspaper

COPY

Uzakwethu Wezokuxhumana e-Mpumalanga

Khanyisa Newspaper

Est. 14 Sept 2007 Austin Menzi Moyo Snr

Imfundo | Ulwazi | Intuthuko | Ukuqeqeshwa kanye nokunikezwa amandla ku-inthanethi Finalist of the 2013/14 MDDA - Sanlam National Best Newspaper Award

Usuku luka Mandela

e- Gert Sibande

29 July - 12 Aug 2022 Vol 15 | Week 31

This Newspaper is Proudly SUPPORTED BY:

Usoswebhu Omusha Womkhandlu - GSDM Emuva kokudlula emhlabeni kwelungu lomkhandlu, uKhansela Siboniso Gladson Trevor Nkosi obebuye abe nguSotswebhu woMkhandlu, uMkhandlu kaMasipala wesifunda iGert Sibande ukwazile ukukhetha ngempumelelo uSotswebhu woMkhandlu, okunguKhansela Bhekabantu Hamilton Mtshali ngesikhathi kunanjwe umhlangano woMkhandlu obonakalakude ngoLwesihlanu, ziku-22 kuJulayi 2022.

USomlomo woMkhandlu uCllr Busisiwe Sekhonde uhole uhlelo lokhetho lapho uCllr Mtshali we-African National Congress (ANC) ethole amavoti amaningi futhi useqokelwe esikhundleni njengoSoswebhu omusha woMkhandlu.

I

CAROLINA: I-Meya yoMkhandlu kaMasipala waseGert Sibande (GSDM), uCllr Walter Mngomezulu ehola itimba lezinkokheli ebezisusa udoti emigwaqweni. Izaguga zithelwe ngezipho.

migwaqo ephithizelayo u-Kerk kanye noVoortrekker e-Carolina ilungiswe ngesikhathi somkhankaso wokukhuculula obuholwa yiMeya yoMkhandlu kaMasipala waseGert Sibande (GSDM), uCllr Walter Mngomezulu, ehlangene noNgqongqoshe wezoLimo, ukuthuthukiswa kweziNdawo zaseMakhaya, nezoMhlaba nezemvelo uNksz. Busisiwe Shiba kanye neMeya ePhethe kaMasipala i-Chief Albert Luthuli, uKhansela Dan Nkosi, kanye nezindlu zezimayini zendawo njengengxenye yokugubha uSuku

Lomhlaba lukaNelson Mandela ngoMsombuluko, ziku-18 kuNtulikazi. Kususwe inqwaba yemfucuza emigwaqweni nasezindleleni zemigwaqo kwasekunxuswa abathengi nabashayeli ukuthi bayinakekele kahle indawo abakuyo. Ngemva nje komkhankaso wokukhuculula, uKhansela Walter Mngomezulu kanye nethimba bachithe isikhathi nezaguga ezivela

emapulazini aseduze ehholo ledolobha iCarolina lapho bekugujwa khona impilo nezikhathi zowayengumongameli ongasekho. Izaguga zithelwe ngezipho, okubalwa kuzo izingubo zokulala namaphasela okudla kanjalo namathuluzi okulima nomanyolo ukuze ziqale izingadi zezithelo nemifino.

U-Cllr Mtshali ongowokudabuka eMkhondo (ebisaziwa ngePiet Retief) useneminyaka eminingi eliKhansela leANC ethenjwa ngezikhundla eziningi njenge-Executive Mayor kuMasipala waseMkhondo kusukela ngo-2011 kuya ku-2016. Ungumyeni futhi ungumyeni ubaba wezingane ezintathu. Issue of INSIDE | Ist Ilanga Letfu

Usuku Lomhlaba lukaNelson Mandela lwalo nyaka belubanjwe ngaphansi kwendikimba ethi: “Yenza ongakwenza ngalokho onakho nalapho ukhona”.

80% of Grade 4 learners can't read for meaning - report finds Author: Bulelani Dyomfana

S

outh Africa's school system continues to face issues around its literacy rate, as an expert panel finds that eight out of ten Grade 4 learners cannot read for meaning. An Education economist and Professor has given more insight into the unaddressed aspects that are the cause of the issues. In order to boost literacy rates among Grade 4 children in South Africa, drastic adjustments are required. This is according to a panel of experts who convened to assess the current state of reading among South African children. According to the 2016 Progress in International Reading Literacy Study (PIRLS),

80% of Grade 4 learners are unable to read for meaning across all South African languages. Findings by The 2030 Reading Panel's Background Report show that if this trend persists without any meaningful intervention, this cohort of will only be able to read for meaning by 2098. Education economist Professor Nic Spaull, who forms part of the 2030 Reading Panel says that without a standardized universal primary school assessment that tests a learner's reading abilities, there is no information about which schools need additional support or more accountability measures.

Spaull further states that although there has been a gradual improvement in those stats since 2007, the pace of progress in this regard is not enough. “That improvement rate is not fast enough to get us to the 2030 goal of all children reading for meaning by the age of ten by 2030”. According to its Background Report, the panel has so far proposed the following recommendations be made to curb this prevailing issue:

• Establish a universal external Grade 2 assessment of reading. Continued on Page 02/......

NEVER MISS A COPY! Khanyisa Newspaper is now also available FREE on digital format direct to your phone or your email inbox You Choose Get your advert instantly on our online platforms. It’s quick, easy and cheaper! Subscribe for a free WhatsApp or Email Copy Send your Name, Number or Email address:

WhatsApp: 083 512 7096 Email: admin@khanyisamedia.co.za


Turn static files into dynamic content formats.

Create a flipbook
Issuu converts static files into: digital portfolios, online yearbooks, online catalogs, digital photo albums and more. Sign up and create your flipbook.