Khanyisa Newspaper 04 March 2022

Page 1

Est. 14 Sept 2007 Siholwa nguNkulunkulu - sithuthukisa umphakathi

04 to 17 Mar 2022 Vol 15 | Week 09

CROWD1 DPN

Education | Information | Development | Coaching & Online Empowerment

FREE!

Tel/App/Telegram: 083 512 7096 | Fax: 086 505 0060 | Email: admin@khanyisamedia.co.za | Website: www.khanyisamedia.co.za Finalist of the 2013/14 MDDA - Sanlam National Best Newspaper Award. Find us on WhatsApp - 083 512 7096 | Facebook | Twitter | issuu.com | Google | App Soon!

Undunankulu Wethula Inkulumo yesimo seSifundazwe

DPN has finalised the registration process and negotiations are going as planned. IMPOSSIBLE IS NOTHING!

INFO: Call / WhatsApp: 084 334 4627

This Newspaper is Proudly SUPPORTED BY:

100% Solar Security Lights Maintenance Free 25W FLOOD LIGHT

R550 Working time: * All night long * Quick Charging * Day and Night auto on / off Solar Powered Wall Light - 3 Mode

Street or Yard Light 2 mode

Only From R180 Waterproof Sensor for Movement Charging in day & working all night When people walk past it goes bright

Only From R700 High bright LED Motion sensor from Dim Best for outdoor security

Call / App: 084 334 4627 Undunankulu uRefilwe Mtshweni-Tshipane no Somlomo uMakhosazane Masilela beyongena kuLegislature yesifundazwe

KwaShashe - KwaMabuza

SOPA22: Yini ongayilindela e-Gert Sibande Undunankulu uNkz Refilwe MtshweniTshipane esethula inkulumo yakhe ngesimo sesifundazwe uphakamise kahulu ukubambisana phakathi kuka Hulumeni nabemboni ezimele ukuthuthukisa izimpilo zabantu base Mpumalanga. Sicaphuna la, lokho ohuqundane nomkhandlu dolobha i Gert Sibande. Kuzothuthukiswa izimboni zaseMpumalanga kuhlelo oluzoqondisa ukukhishwa nokungenelela, i.e I-Nkomazi Special Economic Zone (SEZ) kuMasipala waseNkomazi kanye nePetrochemical I-Industrial Technology Park e-Govan Mbeki umasipala Samukelwe isinqumo se-SANRAL sokutshala u-R9billion kwingqalasizinda yemigwaqo yethu kusifundazwe. Le miklamo izobandakanya ukwenziwa ngcono komgwaqo u-N2 phakathi kwe-Ermelo, eMpumalanga, kanye neKwaZulu-Natal. Kuzolungiswa nomgwaqo u-

R40 phakathi kwe-Hazyview neBushbuckridge. Womabili lamaphrojekthi azodala amathuba emisebenzi futhi azohlomulisa amabhizinisi aphethwe abantu abasha, abesifazane kanye nabantu abakhubazekile. Okunye ukungenelela kwezidingongqangi ezibalulekile okumele kuqaliswe ngokubambisana kwesiFunda kanye nabomasipala bendawo kuhlanganisa; ukusetshenzwa kwezindawo ezingu-750 (servicing of 750 sites) e-Ermelo – Ext 44. Uma ungadlula i-robothi lase Pick ‘n Pay ubheke e Volksrust, i ext-44 uzoyibona kusandla sakho sokudla. Kukhona uhlelo oseluqaliwe e-Chief Albert Luthuli lokutshala. Kuhloswe ukuthi ku12,174ha ekhona, kukhiqizwe imifino. Lokhu kuxhumene nohlelo lukahulumeni

lwesifundazwe lokudla okunempilo. Kuze kube manje, umnyango usuvele utshale u-100ha wemifino futhi usuthole imakethe enhle kuGNP nezinye izimakethe. Undunankulu unabe wathi uhulumeni uyaludinga ubambiswano oluqinile lwemboni ezimele oludlulela ngale kwe-Corporate Social Responsibility - CSR. Abemboni ezimele esikhathini esedlule babambe iqhaza elibalulekile emizamweni kaHulumeni yokulwa nobubha, ukungalingani kanye nokuntuleka kwemisebenzi. Sizibonile izinkampani zibambisene nohulumeni, zakha imitholampilo nezikole, ukulungisa izinkinga zamanzi nendle, ukwakha imigwaqo nokulungisa izindaba zikagesi, ukunikeza abafundi imifundaze, ukuhlinzeka ngokuthuthukiswa kwamakhono kanye nokulungiselela intsha yethu ikusasa eliqhakazile, ukubala nje ezimbalwa.

Isifundazwe sifuna ukukuqinisekisa ukuthi yonke isenti kanye nayo yonke imizamo lezimboni ezinikela ngayo ukwenza izimpilo zabantu bakithi kangcono azisoze zaqashelwa. Undunankulu ebakhuthaza, ubonge ngempela ukuthi njalo abemboni bazimisele ukwelula isandla noma nini uma be celwa ukuthi benze njalo. Nokho, kuningi okusadingeka kwenziwe. “Uhulumeni yedwa angeke akwazi ukuxazulula izinkinga zomphakathi zesikhathi esedlule, zamanje nezesikhathi esizayo. Sidinga nina njengabalingani bethu ukuze nisondele esikhaleni sokudala amathuba emisebenzi nokweseka Ama-SMME ngendlela ehleleke kakhulu ezoletha imiphumela ebonakalayo enomthelela ezimpilweni zabantu bakithi.” kusho uNdunankulu.

Amakhambi amaKhoisan asiza abaningi ukuba baphile impilo ngokugcwele 1a. Umuthi wabobaba abane sifo sikashukela (Diabetes) nalabo ababoshwe ubudoda babo. Ikhona imvusa nkunzi yabo. Itiye labobaba le sifo sikashukela, linamandla kakhulu, aliphuzwa umkakho engekho maduze nawe! 1b. Eyesibili imvusankunzi eyomuntu wonke. Iyakuhlanza iphinde ikunikeze amandla 2. Kunomuthi wabafazi wokuhlanza ukukhishwa yisitho sangasese sowesifazane okubi (bad discharge) nokuqeda amanzi amaningi. Leli itiye labafazi lisebenza ngendlela ezahlukile futhi linamandla kakhulu kanti liletha inhlanhla. Liyakwazi ukubuyisa umuntu obuthandana naye uma nihlukaniswe ngesichitho. Leli, litiye lezimanga!

3. Kunomuthi wabafazi abafuna abantwana. 4. Kunomuthi okhipha amathunzi amabi, amashwa nesichitho ezisegazini. Noma sesineminyaka eminingi, konke loku kuyaphuma. 5. Umuthi womuntu ohlanyayo, othakathiwe, kuphela konke nya abuyele esimeni sakhe. 6. Umuthi wecala noma linzima kangakanani 7. Umuthi we bhizinisi. 8. Umuthi wokukhipha isichitho seminyaka namathunzi amabi 9. Umuthi wokukhipha izilwane zabathakathi ekhaya noma emagcekeni. 10. Umuthi wesikhundla, uhlonipheke kuyoyonke into oyenzayo 11. Amadoda angenanzalo (low sperm count)

lukhona usizo 12. Indoda ehluleka noma echama kanzima ngoba ine prostate enlargement, iyasizakala 13. Indoda eqaqanjelwa yisitho sangasese noma enesilonda iyasizakala 14. Imvusa nkunzi 15. Abesifazane abane cyst noma i-fibroids 16. Abesifazane abanokukhishwa okubi (bad discharge) bayasizakala 17. Umuthi wabesifazane wenzalo 18. Umuthi wokulapha izilonda eziphuma ngaphansi (cauliflower) siyazilapha. Ziphuma kubantu besifazane futhi ziyanuka. 19. Umuthi womshado. Abafuna ukuthola umshado nabafuna ukunakekela imizi yabo. 20. Umuntu ongasebenzi ukhona umuthi wenhlanhla oqondene nomsebenzi 21. Umuthi womeqo nelumbo

22. Umuntu osegulekakhulu ohluleka nokuhamba uyasizakala 23. Umuntu ogula ngalendlela kunzima ukudla usizo uzoluthola 24. Umuthi wokuqinisa ikhaya, Abathakathi nabotsotsi basindwe zinyawo. 25. Umuthi wesifo samathambo 26. Umuthi wezangoma izivaliwe, ezingasakhoni ukuhlola. Isangoma okuthwetshulwe idlozi laso noma othwasile wasethakathwa. 27. Impilo yakho imoshekile ikhona indlela ozosizakala ngayo ubuyele esimeni. 28. Umuthi we Diabetes 29. Umuthi we TB Imikhiqizo kaMother Earth, ngamakhambi amaKhoisan. Yonke lemithi inomlando wayo ozikhulumelayo wona.

Xhumana nathi manje ku 0763961379 Tel | SMS | WhatsApp | Telegram | motherearths72@gmail.com | Sikulethela la okhona eMzansi ngeposi lePep Stores


2

Like Khanyisa Weekly Newspaper on Facebook and YouTube

Our Facebook Page was hacked and deleted! Like Our New Facebook Page “Khanyisa Weekly Newspaper” Members: 1,816 You can also join the group Khanyisa News Members · 3,137

Have your say on Telegram: t.me/GertSibande Also on issuu.com | WhatsApp: 084 334 4627

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

UNLIMITED DATA

THE PUBLISHER’S INK Thinking Allowed

From R250 per month to connect up to 10 people at once No Contract; Free Sim Card. Manage your payments online Free delivery around Ermelo: Order yours now: 083 512 7096 / 068 024 8249

Austin Menzi Moyo Snr. Zulu | Eng | Swati

Est. 2007

Isibuko Ebhokisini!

This is how our Facebook Group Members are distributed across Mpumalanga and neighbouring areas. Join now and start interacting and marketing your business online:

Ngolunye usuku zonke izisebenzi zenkampani zabona incwadi emnyango. "Lo muntu obephazamisa ukukhula kwenkampani yenu udlule emhlabeni izolo. Nimenyiwe nonke emngcwabeni osulungiselwe ejimini yenkampani." Lo mlayezo wawubhalwe phansi.

Top towns/cities Top towns/cities Standerton, 546 Ermelo, 534 Pretoria, 219 Mkhondo, 158 Secunda, 156 eMbalenhle, 143 Bethal, 131 Durban, 130 Emalahleni, 119 Johannesburg, 117 TOTAL Members 4,521

Pic: GSDM

Pic: GSDM

Please note that now you can also register on the group page to become a mentor or request a mentor. This is in an effort to assist each other within the region. Please report any abuse of this service to admins and they will handle such abuse. This is to ensure that our members are protected.

Ngenxa yokuthanda ukwazi zonke izisebenzi zafika futhi kwabe sekuthiwa abezokuphepha balawule isixuku sabantu abasebephelele ngaphakathi.

Do not be left behind Like Khanyisa Weekly Newspaper on Facebook

Wonke umuntu wayecabanga ukuthi, "Noma ubani obekade evimbela ukukhula kwekampani, kuhle phela ngoba, okungenani kufe yena nje kuphela."

ADVERTISING / ADMIN / NEWS Tel: 081 302 9635 Email: admin@khanyisamedia.co.za Fax: 086 505 0060

Managing Editor

Umsebenzi ngamunye ngamunye wathola ithuba lokubuka ngaphakathi kwebhokisi kodwa lapho omunye no munye ebheka ngaphakathi kwebhokisi avele aphelelwe amazwi kube sengathi kukhona okuthile okuthinte ekujuleni komphefumulo wakhe.

Cecilia Nyambose - 076 126 3776 admin@khanyisamedia.co.za

Journalists Khethiwe Mndawe - 072 655 5902 khethiwe@khanyisamedia.co.za

Publisher Austin Menzi Moyo Snr - 083 512 7096

Address Stand Z468, Khanyisa Road, KwaMabuza, Ermelo, 2351 Google Maps: Khanyisa Community Talent Incubator

NewsDesk Tel: 084 334 427 admin@khanyisamedia.co.za Khanyisa Newspaper is Published by

Join the Conversation

Provincial Media Economist (Pty) Ltd

This Newspaper is Proudly SUPPORTED BY:

A member of:

Every effort is made by Khanyisa Newspaper to ensure that the information is correct. Khanyisa Newspaper reserves the right to report unsolicited material being sent through to the publication. Personal views expressed in this newspaper are solely those of the respective contributors and do not reflect those of the publishers. All materials supplied to this newspaper are at the owner's risk. Reproduction in whole or in part of this publication is strictly prohibited without prior consent. Photographic rights remain the property of Khanyisa Newspaper.

Ngemuva kokufunda lo mlayezo, bonke abasebenzi baphatheka kabi ngozakwabo oshonile kodwa ngemuva kwesikhashana bonke baba nelukuluku lokwazi ngalowo muntu obephazamisa ukukhula kwenkampani nozakwabo.

NEW GROUP FOR GERT SIBANDE DISTRICT MUNICIPALITY MEMBERS * Share opportunities * Share news from around the Gert Sibande District * Advertise items for sale * Share events (Lower levels) * Share to promote talent * and more. Follow link to join the group: t.me/GertSibande

UNLIMITED WIFI At Khanyisa Community Talent Incubator KwaMabuza, Ermelo

One Day - R10 Full Month - R100 Come and sit in and do your school work or do your favorite downloads. 084 334 4627

Kwakukhona isibuko ngaphakathi kwebhokisi, lapho wonke umuntu ubethi uma ebheka ngaphakathi abone isithombe sakhe. Bese kuba nophawu olubekwe eduze kwesibuko olunomlayezo othi, "Munye kuphela umuntu okwaziyo ukubeka imingcele ekukhuleni kwakho futhi lowo muntu, NGUWE." Ufundani la? Umhlaba ufana nesibuko. Ubuyisela ukubonakaliswa kwemicabango umuntu akholelwa kuyo njengoba injalo! Ngakho-ke, uwena kuphela umuntu ongavimba injabulo yakho, impumelelo kanti futhi nguwe lomuntu kuphela ongazisiza. “Okucabangayo kuyavela” kusho uMnu. u-Emerson obekade engumbali wase Melika.


Like Khanyisa Weekly Newspaper on Facebook and YouTube

Have your say on Telegram: t.me/GertSibande Also on issuu.com | WhatsApp: 084 334 4627

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

3

Manje usungabhanga ku-WhatsApp Thenga, Khokha futhi ukhokhelwe kalula ngeTelkom Pay nge-WhatsApp yakho

Register Here: www.bit.ly/telkpay

Use this ID:

21165 - Ihambisana nezindinganiso zakamuva zokuphepha nokuvikelwa kwedatha, iTelkom Pay iqinisekisa i-akhawunti yakho isebenzisa inombolo yakho kamazisi futhi imininingwane yakho iyimfihlo ngokuphelele. - Thumela futhi wamukele imali kunoma ngubani onenombolo yeselula yaseNingizimu Afrika. - Khipha futhi ufake imali kusikhwama sakho sedijithali seTelkom Pay nge-EFT, i-ATM yeNedbank noma iPick ‘n Pay. - Thenga kalula - mane uskene ikhodi ye-QR ukuze ukhokhe nge-Telkom Pay yakho yedijithali. - Uma ufuna omuntu akukhokhele, mane uthumele “Please Pay Me” ngeWhatsApp enenombolo ebhalisiwe. OTHER BENEFITS Send and receive money from some of our neighbouring countries Get a Virtual Card so you can shop what you like online (using card number, CVV and Expiry date) or scan your QR code in-store. Shop vouchers to enjoy at our listed partner outlets in Gaming, Entertainment, Education, Transport, Gifting and Shopping. Access your personalised Mo'Nice prepaid offers on the Telkom Pay menu. With up to R3000 daily cash limits, you can send and receive money with ease, wherever you are.

Make money at home using & selling airtime All you need is this licence that to get paid every 15th ove the month and to access commissions from over 150 countries

Impilo Tea For Good Health

The 13 Herbs Detox & Healing Tea Ingredients on Pack

Virtual AVS started in August last year, (2020) and it has proven to be a distinguished world class airtime vending software designed to give millions of airtime users globally an opportunity to earn from the ever expanding telecommunications industry. Virtual AVS gives you a platform to monetize one of the fastest moving consumer products in the world • Start loading airtime using Virtual Airtime vending software covering hundreds of Mobile operators in more than 150 countries worldwide. (Minimum Monthly cumulative purchase of R140 per month to qualify for your commissions) • Sell the Virtual AVS system to friends, relatives and strangers and earn huge profits from our world class proven system.

Register now and thank us later: Step 1: Download the App from PlayStore Step 2: Use 27835127096 as up-line number

R200

R60

Impilo Tea is a blend of Herbs used for the relieving of symptoms associated with low or deficient immunity. It is not bitter. It has a natural river water taste. These symptoms include headache, sweating at night, weight loss, fatigue, loss of appetite, deficient lymph drainage, candida and general fungal infections, diarrhea, lung infections, coughing, tight chest, stomach infections, mouth sores, gum infections and venereal warts. The tea contains 13 Herbs that have proven over the years to stimulate immunity and to regenerate muscles and tissue. Although impilo tea can be used by the whole family to maintain a healthy lifestyle, the blend has also been successful in supporting the treatment of low immunity caused by HIV and AIDS, Dysentery, TB and Sexually Transmitted Diseases. No milk, sugar or any additives should be taken with the tea! To Order: KwaShashe Restaurant, Stand Z468, Khanyisa Road, KwaMabuza Farm, Ermelo, 2351 Tel: 084 334 4627 | Email: impilo@austinmoyo.com


4

Khanyisa Weekly Newspaper

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9


Khanyisa Weekly Newspaper

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

5


6

Khanyisa Weekly Newspaper

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

MPUMALANGA

ISIMO SESIFUNDAZWE INKULUMO KA 2022 IZINHLELO ZOKUDALA IMISEBENZI Uhlelo Lokuvuselela Umnotho kanye Nokuvuselela Umnotho lwaseMpumalanga (MERRP) lubeka umnotho wesifundazwe ethubeni lokukhula kanti futhi lidala amathuba emisebenzi engeziwe kubantu baseMpumalanga. Omasipala bezifundazwe nabasekhaya bazoqinisa izinhlelo ezikhona njenge Social Enterprise Development Programme, Government Nutrition Programme, Expanded Public Works Programme (EPWP), Siyatentela Roads Maintenance Programme, National Youth Service, Ukugandaywa kwemigwaqo yasemalokishini nekamasipala, Uhlelo Lokuthuthukisa Osonkontileka Abasafufusa kanye nokuthuthukiswa Kwamakhono ukuze kuvuleke amathuba emisebenzi amaningi. Izicelo ezingu-44 ebezibhekiswe ku Mpumalanga Youth Development Fund zivunyiwe futhi zathunyelwa ku-MEGA ukuze zixhaswe. UKUTSHALWA KUMNOTHO WEMPUMALANGA I-Lufthansa Airlines, ngokusebenzisa isigaba sayo se-Euro-Wings, maduze nje izosungula umzila osuka e-Frankfurt eJalimane uya esikhumulweni sezindiza saseMpumalanga Kruger International. Senza inqubekelaphambili ebonakalayo ngokuthuthukiswa kwehhotela elisha nendawo yezingqungquthela eMiddelburg. Iphrojekthi okwamanje isezingeni le-earthworks. Kulindelwe ukuthi kuqedwe ezinyangeni ezilishumi neshiya galo mbili. - 18. AbakwaVodacom bamemezele ukuthi bazotshala uR450 million ohlelweni lwabo lokuthuthukisa izinsiza zikagesi esiFundazweni sonke. Sethule iphrojekthi ye-sky walk etholakala e-Blyde River Canyon Nature Reserve eduze nomzila wePanorama kuMasipala Wendawo wase-Thaba Chweu.

I-Sky Walk ikuzoguqula iGod’s Window libe indawo yomhlaba wonke okufanele ibone futhi kunikeze izivakashi umbono ophelele we-panoramic ongu-360 degree, nedlela elenga emoyeni ubude bayo yi12 meters, kanti imiswe eweni. Ukwakha imisebenzi engapheli engaphezu kwe-100 futhi ngesikhathi sokwakha amathuba emisebenzi angu-300. Ucwaningo lwakamuva olwenziwa yibhange lokutshalwa kwezimali iGoldman Sachs luthole ukuthi imboni yensangu izokhula ngesilinganiso esingu-20% kule minyaka eyishumi ezayo. NjengesiFundazwe saseMpumalanga, sibusiswe ngesimo sezulu esenza ukutshalwa kwensangu ngokusemthethweni, kube yindlela yokuthola imali esimeme ku-mnotho wesiFundazwe. INGQALA SIZINDA YAMANZI Ngokubambisana nohulumeni wasekhaya kanye nabanye ababambiqhaza ababalulekile, isiFundazwe sizosebenzisa lokhu okulandelayo njengengxenye yokuthuthukisa uhlelo lokuhlalisa kahle abantu. Ukuphothula uHlelo Olukhulu LwesiFundazwe Lwamanzi ukuze luqondise ukuhlelwa nokuqaliswa kweNgqalasizinda Yamanzi Nokuthuthwa Kwendle esiFundazweni, futhi kusheshiswe ukuqaliswa kweDamu lesiFunda iMountain View ngaphakathi kweDolobha laseMbombela. Ukugqugquzela ubudlelwano nezinkampani ezizimele ukuze kuqaliswe uhlelo lweDistrict Development Model One lwabo bonke abantu ukuze kusheshiswe ukulethwa kwezinsiza emiphakathini. Sisebenzisane noMnyango Wezamanzi Nokuthuthwa Kwendle ukuze kusheshiswe ukuqaliswa kweLoskop Bulk Water Project ehlanganisa ukwakhiwa kwezindawo zokudonsa amanzi edamu i-Loskop, imojuli yokuhlanza engu-20 ML ngosuku, ipayipi lika-40 km ngobuningi, iziteshi ezine zokuqinisa amandla, kanye nendawo yokugcina amanzi.

Isamba sezindleko zalolu hlelo ngu-R1 049 000 962. Lokhu kuzohlomulisa ngqo imizi engaphezu kuka-13 000 kuMasipala waseThembisile Hani kanye noDkt JS Moroka. UKUTHUTHUKISWA KWENGQALASIKA Sizosheshisa ukuphothulwa kwemiklamo yengqalasizinda kulo lonke, okuhlanganisa kodwa kungagcini njengendawo yasephalamende, iMpumalanga Fresh Produce Market, ibhuloho iTekwane South, isibhedlela iBethal, isibhedlela iMapulaneng kanye nesibhedlela iMammethlake, okuphazanyiswe izinkundla ezingekho emthethweni zokuqola imali kanye nokuvimba ukulethwa izinsiza. Ukuhlelela isibhedlela i-Linah Malatjie Tertiary kuqhubeka kahle futhi ukwakhiwa kuzoqala onyakeni wezimali ka-2022/2023. Sesiqale amaphrojekthi amasha okuhlanganisa ukuhlinzeka izikole eziyi-176 ngamanzi nokuthuthwa kwendle, izikole eziyi-183 ezilungiswayo kanye nokuzivuselela; Amakilasi amasha angu-40 emadolobheni akhula ngokushesha. Ukuletha izindlu ezingu-2 453 ngoHlelo Lwezindlu Zasemakhaya (Rural Housing Programme), Izindlu Zomakadebona Wezempi. Uhlelo, Uxhaso Lwezezimali Oluxhumene Nomuntu Ngamunye kanye Noxhaso Lomuntu Ngamunye. NgokuVuselelwa KwamaDolobha Anezimayini, umgomo ukuvula amathuba ezindlu angu-217 Emalahleni, amathuba ezindlu angu-208 ahlelelwe umasipala waseSteve Tshwete kanye namathuba ezindlu angu-40 ahlelelwe iThaba Chweu. I-SANRAL, i-ejensi yemigwaqo kazwelonke izotshala u-R9 billion kwingqalasizinda yemigwaqo esiFundazweni.

“Let’s grow Mpumalanga together.”


5

Khanyisa Weekly Newspaper

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

UKUQINISA UHLELO LOKUNAKEKELA IMPILO NGEMUVA KUKA BHUBHANE Sizibophezele ekuthuthukiseni izinga lokusebenza leEMS ngokusebenzisa izindlela eziningi zokwenza. Imithi kanye nezindawo zokuhlinza edepho yezokwelapha kufanele zibe ku-95% ukutholakala kwazo ngoHlelo lweStock Visibility System (SVS)) ezibhedlela. Umnyango Wezempilo uyalelwe ukuba wehlise izikweletu ezingaba khona ngamaphesenti angaphezu kuka-80 esikhathini esifushane ukuya esikhathini esimaphakathi kanye nangaphezulu kuka-90% esikhathini eside. Umnyango uzosebenzisa imasu amabili kusifundazwe. Ukuphathwa komtholampilo ukuze kugwenywe ukuqhubeka nokuqulwa kwamacala kanye nokwenza amarekhodi ezempilo abe yidijithali ukuze kuthuthukiswe ukusetshenziswa kolwazi kanye nokutholakala kalula kwamarekhodi. UKUNGENELELA OKUBONAKALAYO Uhlelo Lokuthuthukiswa kwezimboni zaseMpumalanga luzoqondisa luphinde lulawule izinhlelo, okuhlanganisela iNkomazi Special Economic Zone (SEZ) kuMasipala waseNkomazi kanye nePetrochemical Industrial Technology Park kuMasipala waseGovan Mbeki.

Izakhiwo ezisezingeni eliphezulu ze-Mpumalanga International Fresh Produce Market zizophothulwa maduze nje futhi zizoqala ukusebenza kunyaka wezimali ka-2022/2023.

Sizothatha izinyathelo ezinqala ukuze kunqandwe ukwanda kokwebiwa kwamakhebuli nezinye izinto zikagesi ezifana nama-transformer kanye nezinyokanyoka.

Uhulumeni waseMpumalanga uzobamba ingqungquthela yezohwebo nokutshalwa kwezimali phakathi nezinyanga ezintathu ezizayo egxile kwezobuchwepheshe, ukucutshungulwa kwezolimo, ezezimayini, ezoMnotho Oluhlaza (Green Economy) kanye nokuKhiqiza (Manufacturing).

UKUSEKELA UBUHOLI BENDABUKO Isifundazwe sisaqhubeka nokusebenzisana neSikhungo Sabaholi boMdabu ukuze siqhubekele phambili ukubumbana komphakathi kanye nokwakhiwa kwesizwe.

Kusungulwe ithimba elizobheka ukuguquguquka kwesimo sezulu ukuze iMpumalanga ikwazi ukuba nesabelo ku-R131 billion ethenjiswe amazwe anezimboni ukusiza iNingizimu Afrika iqalise inguquko enobulungiswa yehlise izinga le-khabhoni emkhanthini. UKUNGENELELA NOKUSEKELWA KWABOMASIPALA Sinxusa bonke omasipala ukuthi bangachithi isikhathi ekugcwaliseni zonke izikhundla zokuphatha ezibalulekile njengengxenye yokwakha nokuqinisa ukuphatha kwabo. Sizoqhubeka nokusebenzisana eduze no-ESKOM ngokuxoxisana naboMasipala abathintekayo futhi siqaphe ukuhlonishwa kwezivumelwano zokukhokhwa kwemali ezifanele ku-Eskom.

Ukwethulwa koMthetho woBuholi beNdabuko iTraditional and Khoisan Leadership Act owaqala ukusebenza kusukela kuMbasa ngo-2021 kudinga, phakathi kokunye, ukuba sixazulule izingxabano zomhlaba ezingokomlando ezihlobene nezindawo zokuphatha ezihlanekezelwe, sixazulule izingxabano zokulandelana kwaMakhosi kanye nezindaba ezihlobene nokuhlonishwa kwabaholi bendabuko, izinduna. namakhosikazi. Lokhu kuzophetha ngokuthi kumiswe kabusha imikhandlu yendabuko ngo-2023. Ikomidi LeProvincial Initiation Coordination Committee (PICC) lokudidiyela kahle umsebenzi obalulekile wokuqinisekisa ukuphepha kwentsha yethu ngesikhathi sbesuka ebusheni beba abantu abadala, selisunguliwe.

“Let’s grow Mpumalanga together.”


8

Like Khanyisa Weekly Newspaper on Facebook and YouTube

Have your say on Telegram: t.me/GertSibande Also on issuu.com | WhatsApp: 084 334 4627

04 - 17 March 2022 | Vol 15 | WK 9

Uneminyaka engu-29, yitshitshi kodwa..... Wamangala wonke umuntu ngemva kokuba sekuqinisekisiwe ukuthi usaseyintombi!

Vuyolwethu Selepe - obenzelwe umhlonyane Umhlonyana noma Umcimbi wokuthomba umcimbi owenzelwa ukubungaza intombazane eneminyaka ela kubo-16 ngokuzigcina iyintombi nto. Umemulo yiwona olandela umhlonyane lapho intombazane

Nelisiwe Helen Mlambo - ophethe amatshitshi

eseseyintombi nto isineminyaka engu-21 ubudala. U-Vuyolethu Selepe ngesikhathi abazali bakhe bemenzela umhlonyane mhlaka 26 March 2022, eTembisa, e-Ermelo, uvakashelwe ligosa, intombi nto, uZanele Mlambo yena

oneminyaka engu-29. UZanele umangaze wonke umuntu obekhona, kanti futhi leso simanga silethe injabulo kubo bonke abekade bekhona emcimbini. I-Khanyisa ike yabhala ngoZanele ngalo nyaka ophelile lapho kade

Zanele Mlambo - Igosa lamatshitshi eneminyaka engu-28. Bajabule bagiya abantu uma eqeda ukuhlolwa uZanele bethola ukuthi ngempela usase yintombi nto. Uthe uma ethola ithuba lokukhuluma wachaza ukuthi kukhona osemfake indandatho kanti kungenzeka

Queen Msibi no Hope Mahamba - Amatshitshi

ukuthi kumcimbi olandelayo eze eseganiwe. Kepha noma kunjalo, ngeke ayeke ukusiza emicimbini yamatshitshi ngoba usekwazi nokuhlola lokhu. Siyabonga Zanele ukuziphatha kwakho kube nomthela omuhle.

Buka i-video yalomcimbi neminye ku-YouTube Channel yethu. Ku YouTube, cindezela u-search ufune “29 years old and still a Virgin but...” bese ukhumbule ukulandela ichannel yethu ushaye ne-Bell ukuze uzithole zisashisa.

For Sale - Ermelo

For Sale - Ermelo

Green Spinach from the Garden Home Made Bottled Chillies

Rechargeable, Foldable, powerful Electric Bike Light & Hooter

Long Life Battery

Power Indicator

Night Riding LED Light

R10 / bundle Also available - Chomolia

Price depend on bottle size

Khanyisa Community Talent Incubator / KwaShashe Available on Google Maps to navigate

KwaMabuza, Ermelo ! Tel: 083 512 7096

When folded

When unfolded

Rechargeable, Foldable, powerful Electric Bike. No Petrol needed. Charges in one hour. Can be used by anyone from 13 years. Up to 40 km per hour, with pedal steep assist. Still like new. Urgent sale! App or call 084 334 4627. Only serious buyers. R7,000 Negotiable

Ditch the 5 hour inverter and use 12 volt Gadgets Load shedding is unavoidable especially if one or two generators breakdown. This is when it becomes absolutely necessary to implement rotational load-shedding.

At a media briefing, Eskom shared its Winter Plan where it indicated that it expects to implement 26 days of Stage 1 load shedding during the winter period, depending on the level of unplanned breakdowns.

The power utility keeps alerting South Africans of risks of load shedding once there is a shortage of capacity due to the loss of generating units at any of its power stations.

Eskom has appealed to residents and businesses to use electricity smartly and sparingly.

The power utility has also received additional megawatts than projected from wind power plants.

“By rallying together we can contribute to a saving of up to 500MW, which is equivalent of 1 unit at a power station.

Please switch off geysers as well as all non-essential lighting and electricity appliances to assist in reducing demand,” it said. With innovation, we can all assist to conserve electricity on the grid through the use of affordable 12 volt gadgets that do not require the use of the traditional inverter. The article below will assist you to understand. 12 Volt Gadgets now in the SA market

As load-shedding puts uncertainty in the consumer’s mind, and as solar installation prices remain high, mainly because of a large requirement of solar pannels and batteries coupled with a power consuming inverter that gives you only 5 hours of power, 12 volt appliances like 12v fridge, 12v freezer, 12v kettle, 12v hot plate stove (or gas stove), 12v dry iron with spray, 12v plasma TV (rechargeable), 12v sound systems (rechargeable), 12v hair dryer, 12v hair straightener, 12v led bulbs and motion sensing security lights

etc... which avoids the use of an inverter are now available in the SA market. While the traditional inverter requires it's own power to run before it steps up power to run 220v appliances and has limitations depending how many watts the inverter is, 12 volt gadgets take the power directly from the batteries and work for the longest periods. During a power outage, with an inverter, one can have power for up to only 5 hours on a standard system, but on

12 volt gadgets, one can run for the whole night and during the day can still run all appliances with little limitations on a small inexpensive system. Coupled with a gas stove and solar geyser, most house holds can literally go off grid for much less that previously quoted.

For more information on these gadgets send a WhatsApp message to 084 334 4627


Turn static files into dynamic content formats.

Create a flipbook
Issuu converts static files into: digital portfolios, online yearbooks, online catalogs, digital photo albums and more. Sign up and create your flipbook.